Dalle opere di Swedenborg

 

Izimfihlakalo Zezulu #3650

Studia questo passo

  
/ 10837  
  

3650. ISANDULELISO SESAHLUKO 28.

Kwisanduleliso seSahluko 27 kusonjululwe okwakufundiswa futhi kwabikezelwa yiNkosi kuMathewu 24:8-14, mayelana noKwahlulelwa kokuGcina, okungukuthi, mayelana nezinsuku zokugcina zeSonto (bheka izinombolo 3486-3489). Manje sekulandela ukusonjululwa nokuchazwa ngendlela efanayo kwamazwi eNkosi alandelayo, ezahlukwana 15-18, kuyena uMathewu, lapho iNkosi ithi khona: Ngakhoke nxa nibona amanyala encithakalo ashiwo nguDaniyeli umphrofethi emi endaweni engcwele, ofundayo makaqaphele, nabaseJudiya mababalekele ezintabeni; nophezu kwendlu angehli ukuyothatha okusendlini yakhe; nosensimini angabuyeli emuva ukuyothatha ingubo yakhe.

  
/ 10837  
  

Dalle opere di Swedenborg

 

The New Jerusalem and its Heavenly Doctrine #122

Studia questo passo

  
/ 325  
  

122. The twelve disciples of the Lord represented the church as to all things of faith and charity in the complex, as did also the twelve tribes of Israel (n. 2129, 3354, 3488, 3858, 6397). Peter, James, and John represented faith, charity, and the goods of charity in their order (n. 3750). Peter represented faith (n. 4738, 6000, 6073, 6344, 10087, 10580). And John represented the goods of charity, see the preface to the eighteenth (Arcana Coelestia 2135) and twenty-second Arcana Coelestia 2760vvv1-2 chapters of Genesis.

That there would be no faith in the Lord, because no charity, in the last time of the church, was represented by Peter's thrice denying the Lord before the cock crew the third 1 time; for Peter there, in a representative sense, is faith; (n. 6000, 6073). "Cock crowing," as well as "twilight," signifies in the Word the last time of the church (n. 10134[1-13]). And "three" or "thrice," signifies what is complete to the end (n. 2788, 4495, 5159, 9198, 10127). The like is signified by the Lord's saying to Peter, when Peter saw John follow the Lord:

What is it to thee, Peter? follow thou Me, John; for Peter had said of John, What is this? (John 21:21, 22); (n. 10087).

John lay on the breast of the Lord, because he represented the good of charity (n. 3934, 10081). That the good of charity constitutes the church, is also signified by the words of the Lord from the cross to John:

Jesus saw His mother, and the disciple whom He loved, who stood by, and He said to His mother, Woman, behold thy son: and He said to that disciple, Behold thy mother; and from that hour that disciple took her to himself (John 19:26, 27).

"John" signifies the good of charity, and "woman" and "mother," the church; and the whole passage signifies that the church will be where the good of charity is; that "woman" in the Word means the church (see n. 252-253, 749, 770, 3160, 6014, 7337, 8994). And likewise "mother" (n. 289, 2691, 2717, 3703, 4257, 5580, 8897, 10490). All the names of persons and places in the Word signify things abstractly from them (n. 768, 1888,4310, 4442, 10329).

Note a piè di pagina:

1. Swedenborg has "tertio," third, the Greek is second, see Mark 14:30, 72. In Arcana Caelestia 10134 Swedenborg has "bis," twice.

  
/ 325  
  

Thanks to the Swedenborg Foundation for their permission to use this translation.

Dalle opere di Swedenborg

 

Izimfihlakalo Zezulu #3486

Studia questo passo

  
/ 10837  
  

3486. ISAHLUKO 27

Indima eyandulela iSahluko 16, eyizigaba 3353-3356, ichaze ukuthi iNkosi yakubikezela ngokuthini kuMathewu 24:3-7 malungana nokuphela kwenkathi noma ngokuphela kwezinsuku seSonto. Lapha, ngomusa weNkosi woBunkulunkulu, ake kuchazwe indima elandelayo, okungukuthi, izahlukwana 8-14 zalesoSahluko, lapho kuthiwa khona: Konke lokhu kungukuqala kwemihelo. Lapho-ke bayokunikhaphela osizini, banibulale; niyozondwa yizizwe zonke ngenxa yegama laMi. Khona-ke abaningi bayokhubeka, bakhaphelane, bazondane. Kuyovela abaphrofethi bamanga abaningi, badukise abaningi. Ngenxa yokwanda kobubi kuyophola uthando lwabaningi. Kodwa okhuthazelayo kuze kube sekupheleni nguyena oyosindiswa. Lelivangeli lombuso liyoshunyayelwa kuwowonke umhlaba, libe ngubufakazi kuzozonke izizwe andukuba kufike ukuphela (Mathewu 24:8-14).

  
/ 10837